Love Letter is for all who are separated by distance. The music video tells a short story highlighting the pressures people go through to impress their loved ones. Shot by Ambitiouz Visuals, the music video aims to show the injustices of the criminal justice system and that sometimes people are put in harm’s way by their innocent actions.

Pre order Umuthi album: https://backl.ink/120346999

Writer: Blaq Diamond
Producer: Blaq Diamond, Sakhile Manqele and Siphephelo Hlatshwayo
Story written by: Kgsoi Mahumapelo and Ted Shae Magerman
Story features: Mapaseka Koetle-Nyokong and Assanda Keswa


LYRICS - Blaq Diamond- Love letter

[Intro]

Mmmm (eshe...)
Awu
Snqandamathe sami

[Chorus]

Ukude
Ukude we lovie
Ukude
Ukude we lovie

Kuncono ngizothumela
thumela
thumela i-Love letter

Kuncono ngizothumela
thumela
thumela i-Love letter
(x2)

[verse 1 Ndu]

Awuuuu westhandwa
Kunini ng’zama ng’fona dali aw’tholakali
Kuthi ng’duke nezwe
Ng’khumbule u-my lovie
Aw’thi ng’vule idata ngikthinte
Ku-Whatsapp
(Shi- eshe-eshe)
Awuuuu westhandwa
Kunini ng’zama ng’fona dali aw’tholakali
Kuthi ng’duke nezwe
Ng’khumbule u-my lovie
Aw’thi ng’vule idata ngik’thinte
Ku-Whatsapp

[Chorus]

Ukude
Ukude we lovie
Ukude
Ukude we lovie

Kuncono ngizothumela
thumela
thumela i-love letter
kuncono ngizothumela
thumela
thumela i-Love letter.
(x2)

[Verse 2 Danya]

Ngithi ubani obezovuma
Ngithi ubani obezovuma
Ngithi ubani obezovuma
Uk’shiya imfudumalo akhethe amakhaza?
Ngithi ubani obezovuma (weh)
Ngithi ubani obezovuma
Ngithi ubani obezovuma
Uk’shiya imfudumalo akhethe amakhaza?
Dali wami ng’phoqwa
Isimo
Isimo
Isimo
Ng’semazweni ng’yasebenza ukuze nilale
nidlile
Dali wami ng’phoqwa
Isimo
Isimo
Isimo
Ng’semazweni ng’yasebenza ukuze nilale
nidlile


BACK TO CHORUS (x2)

[Bridge]

Shiwoooh
(Helele ma )
Sthando khuza…
(Helele ma)

Shiwooh
(Helele ma)
Sthando khuza khuza..
(Helele ma)


BACK TO CHORUS (X2)

Share via